Uncategorized

img 9056

Kuhlonyiswe intsha kowe KWAF

Busisiwe Zondi Bekusindwe ngobethole emcibini wokubuyiswa kwesimilo sabantwana noma sithi intsha. Umcimbi ohlelwe yi KZN Women Authors Forum eThekwini. Kukhuthazwa ukuthi intsha isebenzise izimo zayo zempilo ukubhala owayo umlando. Obeshayela uhlelo uNkz Siibu Shangase obe esebanika ithuba lokukhuluma okungaphakathi kubo. Kucacile ukuthi ukube kuya ngabo ngabe amaphutha okukhuliswa ngendlela yabazali yokubasabisa ngenduku nokuthetha bebe befihla […]

Kuhlonyiswe intsha kowe KWAF Read More »

e398c28a cc66 42b4 85b1 cbede776a747

Omama Abahlobisi Bomhlaba bazokushiya nesifundo nomlando

Omama Abahlobisi Bomhlaba bathembisa into yamehlo mhlaka 11 kuya ku 13 kuNdasa ePlayhouse. Lomdlalo weshashalazi usilndisa ngempilo nenhlalo yomama ababa ngabokuqala ukusebenza onqenqemeni lwasolwandle, isemakethe nase Berea, bedayisa ubuhlalu nezimpahla zokuhloba zesintu. Nnamanje laboMama basayibambile. Yibo kanye abaxoxa udaba lwabo. Bakhulise imindeni bakha imizi kwafunda izingane okuyimanje ezinye zazo zisezibhedlela ezinkulu, ezinye abameli ezinye othisha

Omama Abahlobisi Bomhlaba bazokushiya nesifundo nomlando Read More »